Intebe umuthi wokukhipha isichitho uthakwa neminye imithi, intebe ibe umuthi wokukhipha isilwane iyathakwa futhi neminye imithi ukwenza lokhu. Umuthi wokundlalela isikhafulo lo uthakwa neminye ukuze uzikiline kuqala ngaphambi kokukhafula. Uma ubaba wekhaya ehlala eziko eshiswa wumlilo kalula asheshe abonge umama wekhaya engakadeli intebe uyayiphuza ngeminye imithi ibe yisiqgabulo sakho ulokhu uyiphuza uzoqina ke ube yindoda uhlale eziko noma kushisa. Isibambelo sothando sona? Nakhona intebe iyangena iyasakha isibambelelo sothando ihlanganiswe neminye imithi. Umuthi wezibhobo intele. Yebo iyangena emithini yezibhobo. Intebe intelezi.
Itholakalaphi intebe? Intebe emaxhaphozini uythola kuwo okanye eziphetwini
Intebe aykhiwa ehlobo ingena ezinsukwini zokuqina,iyimfino futhi iyadliwa ayohekelwa ngaphakathi egcekeni ehlobo,yenza ukuthi Uma umuntu ekhulelwe engazali izingane ezintekenteke,nakuyntelezi uyangena Uma wenza intelezi ejulile,lapho kungena khona omalala,vendle,swiso
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.